menu Home

Amashayina Amahle

[South African]

Biography


¤Amashayina Amahle iqembu elalihlanganiswe izinsizwa ezintathu zaseMsinga.

1.Mzofayo Master “Thwalinja” Nsele
2.Shomani “Ngedlane” Mkhize
3.Mbuyiswa Cija “Sdudlamesedisi” Dladla

¤Amashayina Amahle iqembu elalihlanganiswe izinsizwa ezintathu zaseMsinga.
1.Mzofayo Master “Thwalinja” Nsele akayeqambisa(lead singer) aphinde adlale isigingci(Guiter) bese ecula indlela yesibili neBass
2.Shomani “Ngedlane” Mkhize akayedlala inkositini
3.Mbuyiswa Cija “Sdudlamesedisi” Dladla owayecula indlela yokuqala(Alito).

Leliqembu lasumgulwa eminyakeni yama90’s ilezinsizwa zaseMsinga zidlala ushuni wesiChunu(wezintombi/umgqozo) Lidlala ushuni oncike kakhulu koweqembu oMthenjwa, futhi amaAlbhamu abo okuqala bawakhipha ngaphansi koMthenjwa kwahamba isikhathi bajoyina isitebela seZingane zoma.
¤Njengabaculi bonke baseMsinga nalo iqembu Amashayina Amahle kwahamba isikhathi bawandisa umuzo nokuyilapho abasungula khona iqembu Amantaliyane kanye nelinye Abomthetho. Nanka amaAlbhamu aphuma kulezinsizwa.

¤Amashayina Amahle
*Usibali
*Indumane
*Iventure
*Iyekeni
*Ngeke ngikhohlwe
*Ngenzeni
*ESoweto
*Inyokana eluhlazana
*Wathwala ngomntanakhe
*Imali
*Hamba ushone
*Nazi
*EZola
*Zodwa
*Uthando

¤ABOMTHETHO
*NgiseGoli
*Ubukhosana
*Ubelelesi
*Ukusiza umuntu
*Iminjonjo
*Yek’okwami

¤Amantaliyane
*iKFC
*Sengimgezile
*Umoya omubi
*Ivalentine
*Ngiyashweleza
*Njengobani

¤IKUSASA LETHU
*Ngcon’aboshwe
*Umhlaba lo

¤THWALINJA
*Ubuhlungu

Videos






  • cover play_circle_filled

    01. Sengiqomile
    uNjoko

play_arrow skip_previous skip_next volume_down
playlist_play